التحديثات الأخيرة
  • Konke okwami kuhle ,konke okwami kuyamangalisa .
    Since I joined Izwelenala on 16 September 2023 today I'm celebrating ukuba umnala. Thank U GOD OF PLENTY.
    U DID A LOT IN MY LIFE
    Konke okwami kuhle ,konke okwami kuyamangalisa . Since I joined Izwelenala on 16 September 2023 today I'm celebrating ukuba umnala. Thank U GOD OF PLENTY. U DID A LOT IN MY LIFE
    Like
    1
    0 التعليقات 0 المشاركات 3117 مشاهدة
  • ENALENI KING SOMNALA ,NGITHI BAYEDE ,GWIJA ,THOLELILE ,MSHINIWAMAQINISO .
    ENALENI KUZO ZONKE IZINDLOVUKAZI ZESIZWE SABOMNALA .
    NGICELA UKUBONGA INKOSI SOMNALA NGAMANDLA ANGINIKE WONA WOKUKHULEKELA ABANTU .IZIMANGALISO ZIYENZEKA ZONKE IZINSUKU
    MHLAKA 07 JUNE 2024 UBHUTI OBEKADE EYOGWETSHWA E COURT BAFIKE BANGAMBONA NJE NHLOBO KWAYI FILE YAKHE KWABA INKINGA UKUTHI AGWETSHWE NGABIZA SOMNALA KULOBHUTI NGIKHULEKELA KUYE BEFORE ANGENE COURT KWABA UKUSINDA KWAKHE .
    NGITHI BAYEDE KONKE KUHLE NGAMI UGCOBO LWAKGO KIMI LUYASEBENZA .

    FROM KHAYA GEDEZA MNYANDU
    ENALENI KING SOMNALA ,NGITHI BAYEDE ,GWIJA ,THOLELILE ,MSHINIWAMAQINISO . ENALENI KUZO ZONKE IZINDLOVUKAZI ZESIZWE SABOMNALA . NGICELA UKUBONGA INKOSI SOMNALA NGAMANDLA ANGINIKE WONA WOKUKHULEKELA ABANTU .IZIMANGALISO ZIYENZEKA ZONKE IZINSUKU MHLAKA 07 JUNE 2024 UBHUTI OBEKADE EYOGWETSHWA E COURT BAFIKE BANGAMBONA NJE NHLOBO KWAYI FILE YAKHE KWABA INKINGA UKUTHI AGWETSHWE NGABIZA SOMNALA KULOBHUTI NGIKHULEKELA KUYE BEFORE ANGENE COURT KWABA UKUSINDA KWAKHE . NGITHI BAYEDE KONKE KUHLE NGAMI UGCOBO LWAKGO KIMI LUYASEBENZA . FROM KHAYA GEDEZA MNYANDU
    Like
    1
    0 التعليقات 0 المشاركات 4951 مشاهدة
  • Enaleni King Somnala nezi Ndlovikazi zesizwe sabomnala ngenezimangaliso ezimbili nje kule weekend esiphuma kuyo.ngiyafisa ukuthola ithuma lokukhuluma ngamandla ka Nkulunkulu wenala
    Enaleni King Somnala nezi Ndlovikazi zesizwe sabomnala ngenezimangaliso ezimbili nje kule weekend esiphuma kuyo.ngiyafisa ukuthola ithuma lokukhuluma ngamandla ka Nkulunkulu wenala
    Like
    1
    0 التعليقات 0 المشاركات 4745 مشاهدة
  • ENALENI NKOSI SOMNALA NEZINDLOVUKAZI , NGICELA UKUBONGA KWINKOSI YASEMAPHAKADENI NGOMSEBENZI ENGINIKE WONA MHLAKA 01 FEBUARY KU FACE TO FACE UKUTHI NGIWENZE .UKUPHILISA ABANTU NGOMKHULEKO KONKE KUHLE NGAMI .UMNDENI WAKWA NTOMBELA ESHOWE NGIVUSE INDODANA YAWO IBIKADE ISE HOSPITAL IPHEFUMULA NGEMISHINI KODWA NGOMKHULEKO WAMI IVUKE NGOSUKU OLULANDELAYO IYAPHILA KUMANJE .(LWAZI NTOMBELA )IGAMA LENGANE YABO INA 13 YEARS .
    NGITHI NGIYABONGA BAYEDE UMSEBENZI ONGITHUME WONA UYENZEKA NJENGOKUSHO KWAKHO NKOSI SOMNALA.
    KHAYA MNYANDU -GEDEZA
    ENALENI NKOSI SOMNALA NEZINDLOVUKAZI , NGICELA UKUBONGA KWINKOSI YASEMAPHAKADENI NGOMSEBENZI ENGINIKE WONA MHLAKA 01 FEBUARY KU FACE TO FACE UKUTHI NGIWENZE .UKUPHILISA ABANTU NGOMKHULEKO KONKE KUHLE NGAMI .UMNDENI WAKWA NTOMBELA ESHOWE NGIVUSE INDODANA YAWO IBIKADE ISE HOSPITAL IPHEFUMULA NGEMISHINI KODWA NGOMKHULEKO WAMI IVUKE NGOSUKU OLULANDELAYO IYAPHILA KUMANJE .(LWAZI NTOMBELA )IGAMA LENGANE YABO INA 13 YEARS . NGITHI NGIYABONGA BAYEDE UMSEBENZI ONGITHUME WONA UYENZEKA NJENGOKUSHO KWAKHO NKOSI SOMNALA. KHAYA MNYANDU -GEDEZA
    Like
    Love
    2
    0 التعليقات 0 المشاركات 2952 مشاهدة
  • Enaleni King Somnala nesizwe sonke sabomnala .
    Ngicela ukudlulisa isimangiliso esenzeke kimi on Sunday ebusuku .
    On Saturday ngakhuleka ngacela kwi Nkosi ukuza ku face to face mhlaka 01 Febuary ngase ngibeka zonke izinkinga engiza nazo kwiNkosi Somnala.
    Ngamangala ekuseni mangivuka sengibuya kwi Face to face and isibusiso uBayede wanginika sona wangikhulekela ephupheni ngoba wafika ngephupho saba kwi facebto face ubusuku bonke ngilele.
    Bomnala mhlaka 01 Febuary ngizohambisa imali yomnikelo for iskhathi seNkosi Somnala inami ephusheni .ngiyaya kwi face to face but we done with King Somnala .Thanks Frm Khaya Mnyandu Gedeza
    Enaleni King Somnala nesizwe sonke sabomnala . Ngicela ukudlulisa isimangiliso esenzeke kimi on Sunday ebusuku . On Saturday ngakhuleka ngacela kwi Nkosi ukuza ku face to face mhlaka 01 Febuary ngase ngibeka zonke izinkinga engiza nazo kwiNkosi Somnala. Ngamangala ekuseni mangivuka sengibuya kwi Face to face and isibusiso uBayede wanginika sona wangikhulekela ephupheni ngoba wafika ngephupho saba kwi facebto face ubusuku bonke ngilele. Bomnala mhlaka 01 Febuary ngizohambisa imali yomnikelo for iskhathi seNkosi Somnala inami ephusheni .ngiyaya kwi face to face but we done with King Somnala .Thanks Frm Khaya Mnyandu Gedeza
    1 التعليقات 1 المشاركات 6172 مشاهدة
  • 2024 unyaka wokuvikelwa izingelosi zasenaleni nokusabalalisa ivangeli lena .ngikwenzile nami lokho .
    Ngathengela umndeni wakwa Dlamini ama Faith Products wonke ngemali yami .ngase ngithi kubo imali bangayibuyisi kodwa ngicela iNkosi Somnala ibenzele izimangaliso babone lenala esikhuluma ngayo . Bomnala yenzekile indaba kuphila abantu kuwa amakati phezu kwezindlu afele egcekeni .izilwane ebezigcaba izingane ebusuku zihambile .Nkosi Somnala ngiyabonga ungiphendulele ,Bayede Tholelihle Gwija , Godukabedelile .
    From Khaya Mnyandu Gedeza
    2024 unyaka wokuvikelwa izingelosi zasenaleni nokusabalalisa ivangeli lena .ngikwenzile nami lokho . Ngathengela umndeni wakwa Dlamini ama Faith Products wonke ngemali yami .ngase ngithi kubo imali bangayibuyisi kodwa ngicela iNkosi Somnala ibenzele izimangaliso babone lenala esikhuluma ngayo . Bomnala yenzekile indaba kuphila abantu kuwa amakati phezu kwezindlu afele egcekeni .izilwane ebezigcaba izingane ebusuku zihambile .Nkosi Somnala ngiyabonga ungiphendulele ,Bayede Tholelihle Gwija , Godukabedelile . From Khaya Mnyandu Gedeza
    0 التعليقات 0 المشاركات 2006 مشاهدة
  • Enaleni Bayede ngivuka ngokushukuza
    Enaleni Bayede ngivuka ngokushukuza 😀
    0 التعليقات 0 المشاركات 1515 مشاهدة
  • Ngiyavuma Nkosi ngizoshumayela lelivangeli lenala .kuze baphile abantu kulomhlaba
    Ngiyavuma Nkosi ngizoshumayela lelivangeli lenala .kuze baphile abantu kulomhlaba
    1 التعليقات 0 المشاركات 1512 مشاهدة
  • Enaleni Bayede Nkosi Somnala ngithi ngizobonga konke kuhle ngami ngivikelekile kakhulu.
    Mhlaka 30 December bazama ukungibamba inkuzi kodwa ngoba ngangiphethe empty ye Faith Water bajike otsotsi baxolisa kimi.zange bathathe lutho .
    Kwaphinda izolo lapha Brea bazama ukungibamba inkunzi kodwa bengiphethe ithawula lasenaleni ngazisula ubuso ngalo obengibamba wavele wangixhawula wahamba ngasinda kanjalo .Izingelosi zasenaleni zisigadile bo mnala.
    Enaleni Bayede Nkosi Somnala ngithi ngizobonga konke kuhle ngami ngivikelekile kakhulu. Mhlaka 30 December bazama ukungibamba inkuzi kodwa ngoba ngangiphethe empty ye Faith Water bajike otsotsi baxolisa kimi.zange bathathe lutho . Kwaphinda izolo lapha Brea bazama ukungibamba inkunzi kodwa bengiphethe ithawula lasenaleni ngazisula ubuso ngalo obengibamba wavele wangixhawula wahamba ngasinda kanjalo .Izingelosi zasenaleni zisigadile bo mnala.
    0 التعليقات 0 المشاركات 1739 مشاهدة
  • Ngihleli ne Mbongi yamaqiniso insizwa yale Kwelabashokobezi kwantombi iqoma ngegugu eNquthu ku 88.4 INanda fm .Khaya Mnyandu Gedeza .
    Ngihleli ne Mbongi yamaqiniso insizwa yale Kwelabashokobezi kwantombi iqoma ngegugu eNquthu ku 88.4 INanda fm .Khaya Mnyandu Gedeza .
    0 التعليقات 0 المشاركات 1119 مشاهدة
المزيد من المنشورات