Ngithanda uthatha lelithuba ngibingelele iNkosi Somnala ,
Izindlovukazi omama abahle besizwe sabomnala,Bishops nomnala bonke.

Ngithanda ukudlulisa ubufakazi obenzeke ngolwesithathu,ngahamba ngyobheka imali yami ku cc bekweleta,mafika athi akanayo imali usele no R20 eskhwameni, kuthe kusenjalo u cc Lo futhi ubenomkhuhlane ,wacela ngymchathazele I faith water esgubhini sakhe ,wathi hlampe ngizophila ngoba lomkhuhlane awupheli hhayi ke ngenzenjalo masengyahamba.Ukusa kwayizolo usengisendela I vn ethi cc yangenzela izimanga I faith water ochazele yona,uthi kunekati ebelihlala lima phambi komnyango wendluyakhe ,uthi masehambile lafika ikati ntambama lenza okwemihla,wali xosha labuya,uthe maselibuya kwesithathu wavele wathatha lefaith water ebengimchathazele yona wayi mixer namanzi from empompini agcwala waseya kulo walibhunyela ngalawomanzi,bomnala namanje usamangele after eselithelile lavele lavutha ikati same time lasha laze layophoseka eskhotheni,uthe usezoya estolo senkosi ePinetown azithengele amaproducts ngoba uhlala e Clermont , Siyabonga Somnala nami ngysamangele ngoba ngimchathazeleashiyanga isigubhu esibrandiwe kodwa USomnala ungulizwi and Nkulunkulu WaseNaleni akakhethu muntu usiza bonke abantu abahluphekile ,abakade bevelelwe Izinto ,wakhululwa kanjalo u cc ,Mananjalo Nkosi yesizwe
Ngithanda uthatha lelithuba ngibingelele iNkosi Somnala , Izindlovukazi omama abahle besizwe sabomnala,Bishops nomnala bonke. Ngithanda ukudlulisa ubufakazi obenzeke ngolwesithathu,ngahamba ngyobheka imali yami ku cc bekweleta,mafika athi akanayo imali usele no R20 eskhwameni, kuthe kusenjalo u cc Lo futhi ubenomkhuhlane ,wacela ngymchathazele I faith water esgubhini sakhe ,wathi hlampe ngizophila ngoba lomkhuhlane awupheli hhayi ke ngenzenjalo masengyahamba.Ukusa kwayizolo usengisendela I vn ethi cc yangenzela izimanga I faith water ochazele yona,uthi kunekati ebelihlala lima phambi komnyango wendluyakhe ,uthi masehambile lafika ikati ntambama lenza okwemihla,wali xosha labuya,uthe maselibuya kwesithathu wavele wathatha lefaith water ebengimchathazele yona wayi mixer namanzi from empompini agcwala waseya kulo walibhunyela ngalawomanzi,bomnala namanje usamangele after eselithelile lavele lavutha ikati same time lasha laze layophoseka eskhotheni,uthe usezoya estolo senkosi ePinetown azithengele amaproducts ngoba uhlala e Clermont , Siyabonga Somnala nami ngysamangele ngoba ngimchathazele😂ashiyanga isigubhu esibrandiwe kodwa USomnala ungulizwi and Nkulunkulu WaseNaleni akakhethu muntu usiza bonke abantu abahluphekile ,abakade bevelelwe Izinto ,wakhululwa kanjalo u cc ,Mananjalo Nkosi yesizwe 🙌🙌🙌🙌
Like
Love
4
0 Comentários 0 Compartilhamentos 652 Visualizações